i Kuhlangatshezwane nezidingo zabantu ezigabeni ezahlukene e Mphakathini othuthukayo kwezombiko ezibonakalisa ezindaweni ezifana nobu hulumeni, ukufunda, ne zomnotho, njl., kunye ii Nokweqa lokhu kwehlukaniswa nokugcina izwekazi lingaphambili kokuthuthuka kwezwe emkhakheni wezombiko nobuchwepheshe boxhumano.
I thimba lifisa ukwakha uhlelo oluzodlala indima ebalulekile ekuhlahleni okubalulekile ku Zwelonke futhi liqhube izenzakalo ekuphokopheleleni lezi zinto ezibalulekile.
Ezemfundo nabaxhasi abenze ukuthi kube khona uphenyo, ukuthuthukiswa, nokwakha ukuphatheka nokusebenza kwabantu ebu chwephesheni bezilimi zabantu.
I Thimba linephupho lokuthi kuzogcina kuthuthuke imboni ye HLT industry e Ningizimu Afrika efanayo naleyo ekhona Europe enezilimi ezahlukene, kodwa ebekwe futhi ehambisana nezidingo zakuleli. Ithimba lifanele ukwenza isethulo ngo 2002.
I Thimba lihlangana kaningi futhi lizothinta abazibandakanya kakhulu ngesikhathi esifanele. Noma ngubani onentshiseko uyamenywa ukuthi athintane no mxhumanisi noma nini ukuthola eminye imininingwane.
Uxhaso lokuphonsa esivivaneni lwamukelekile noma ngabe luvela kubani.
